1
1 kuThimothewu 4:12
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Makungabikho muntu odelela ubusha bakho, kepha yiba yisibonelo kwabakholwayo ngezwi, nangenkambo, nangothando, nangokukholwa, nangokuhlanzeka.
ប្រៀបធៀប
រុករក 1 kuThimothewu 4:12
2
1 kuThimothewu 4:8
Ngokuba ukujwayeza umzimba kusiza ingcosana, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhu kuphila nalokho okuzayo.
រុករក 1 kuThimothewu 4:8
3
1 kuThimothewu 4:16
Ziqaphele wena kanye nesifundiso, ume kulezo zinto; ngokuba ngokwenza lokho uyakuzisindisa wena nabakuzwayo.
រុករក 1 kuThimothewu 4:16
4
1 kuThimothewu 4:1
Kepha uMoya usho ngokuchachileyo ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, benaka omoya abadukisayo nezifundiso zamademoni
រុករក 1 kuThimothewu 4:1
5
1 kuThimothewu 4:7
kepha wale izinganekwane ezingcolileyo nezezalukazi. Kepha zijwayeze ekumesabeni uNkulunkulu.
រុករក 1 kuThimothewu 4:7
6
1 kuThimothewu 4:13
Nakekela ukufunda, nokuyala, nokufundisa, ngize ngifike.
រុករក 1 kuThimothewu 4:13
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ