1
1 kuThimothewu 3:16
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Kuvunyiwe ukuthi inkulu imfihlakalo yokukhonza uNkulunkulu yokuthi: Owabonakaliswa enyameni, walungisiswa emoyeni, wabonwa yizingelosi, washunyayelwa ezizweni, wakholeka ezweni, waphakanyiselwa enkazimulweni.
ប្រៀបធៀប
រុករក 1 kuThimothewu 3:16
2
1 kuThimothewu 3:2
Ngakho umbonisi umelwe abe ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, abe ngozikhuzayo, oqondileyo, oziphatha ngokufaneleyo, ongenisa izihambi, onesu lokufundisa
រុករក 1 kuThimothewu 3:2
3
1 kuThimothewu 3:4
ophatha kahle indlu yakhe, abantwana bakhe bemthobela ngenhlonipho yonke
រុករក 1 kuThimothewu 3:4
4
1 kuThimothewu 3:12-13
Amadiyakoni mawabe ngamadoda amfazi munye, abusa kahle abantwana bawo nemizi yawo. Ngokuba amadiyakoni akhonze kahle azizuzela ukuma kahle nesibindi esikhulu ekukholweni okukuKristu Jesu.
រុករក 1 kuThimothewu 3:12-13
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ