1
1 kwabaseKorinte 8:6
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
nokho kithina kukhona uNkulunkulu munye, uYise, okuvela kuye konke, nathi sikhonela yena, nenkosi inye, uJesu Kristu, okungaye konke, nathi sikhona ngaye.
ប្រៀបធៀប
រុករក 1 kwabaseKorinte 8:6
2
1 kwabaseKorinte 8:1-2
Maqondana nokuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi sonke sinokwazi. Ukwazi kuyakhukhumeza, kepha uthando luyakha. Uma umuntu ethi wazi utho, kakazi njengokuba kufanele ukuba azi
រុករក 1 kwabaseKorinte 8:1-2
3
1 kwabaseKorinte 8:13
Ngalokhu uma ukudla kumkhubekisa umzalwane wami, angisoze ngadla nyama kuze kube phakade, ukuze ngingamkhubekisi umzalwane wami.
រុករក 1 kwabaseKorinte 8:13
4
1 kwabaseKorinte 8:9
Qaphelani kodwa, funa leli lungelo lenu libe yisikhubekiso kwababuthakathaka.
រុករក 1 kwabaseKorinte 8:9
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ