1
1 kwabaseKorinte 7:5
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Ningagodlelani, kuphela kube ngokwesikhathi ngokuvumelana ukuba nithole ithuba lokukhuleka, nibuye nibe ndawonye, ukuze uSathane anganiyengi ngokungazibambi kwenu.
ប្រៀបធៀប
រុករក 1 kwabaseKorinte 7:5
2
1 kwabaseKorinte 7:3-4
Indoda ayinike umfazi okumfaneleyo; nomfazi enze njalo endodeni. Umfazi kanamandla phezu kowakhe umzimba, kodwa yindoda enawo; kanjalo nayo indoda ayinamandla phezu kowayo umzimba, kodwa ngumfazi onawo.
រុករក 1 kwabaseKorinte 7:3-4
3
1 kwabaseKorinte 7:23
Nithengiwe ngenani elikhulu; ningabi yizigqila zabantu.
រុករក 1 kwabaseKorinte 7:23
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ