1
KwabaseRoma 15:13
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
UNkulunkulu wethemba makanigcwalise ngenjabulo yonke nangokuthula konke ekukholweni, ukuze nivame ethembeni ngamandla kaMoya oNgcwele.
ប្រៀបធៀប
រុករក KwabaseRoma 15:13
2
KwabaseRoma 15:4
Ngokuba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela nangenduduzo yemibhalo sibe nethemba.
រុករក KwabaseRoma 15:4
3
KwabaseRoma 15:5-6
Kepha uNkulunkulu wokubekezela nowenduduzo makaniphe nibe nokuqonda kunye phakathi kwenu ngokukaKristu Jesu, ukuze nganhliziyonye nidumise ngamlomo munye uNkulunkulu uYise weNkosi yethu uJesu Kristu.
រុករក KwabaseRoma 15:5-6
4
KwabaseRoma 15:7
Ngalokho yamukelanani, njengalokho noKristu wasamukela, ukuze kudunyiswe uNkulunkulu.
រុករក KwabaseRoma 15:7
5
KwabaseRoma 15:2
Yilowo nalowo kithi makathokozise umakhelwane, kube kuhle, aze akheke
រុករក KwabaseRoma 15:2
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ