1
KumaHeberu 8:12
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Ngokuba ngiyakuba nesihawu ngokungalungi kwabo, nezono zabo angisayikuzikhumbula.”
ប្រៀបធៀប
រុករក KumaHeberu 8:12
2
KumaHeberu 8:10
Ngokuba yilesi esiyisivumelwano engiyakusenza nendlu ka-Israyeli emva kwalezo zinsuku, isho iNkosi: ngiyakufaka imithetho yami engqondweni yabo, ngiyilobe ezinhliziyweni zabo, ngibe nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.
រុករក KumaHeberu 8:10
3
KumaHeberu 8:11
Abasayikufundisa kube yilowo nalowo owakubo, nalowo umfowabo, ngokuthi: ‘Yazi INkosi;’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuze kufike komkhulu wabo.
រុករក KumaHeberu 8:11
4
KumaHeberu 8:8
Ngokuba lapho ebasolayo, uthi kubo: “Bhekani, izinsuku ziyeza, isho iNkosi, lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli, nendlu kaJuda
រុករក KumaHeberu 8:8
5
KumaHeberu 8:1
Kepha okuyindikimba kwesikushoyo yilokhu: sinompristi omkhulu onjalo osewahlala ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi soMkhulu emazulwini
រុករក KumaHeberu 8:1
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ