1
KumaHeberu 10:25
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
singakuyeki ukuhlangana kwethu njengomkhuba wabanye, kepha masivuselelane, ikakhulu njengokuba nibona usuku lusondela.
ប្រៀបធៀប
រុករក KumaHeberu 10:25
2
KumaHeberu 10:24
masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando nemisebenzi emihle
រុករក KumaHeberu 10:24
3
KumaHeberu 10:23
masibambisise isivumo sethemba lethu singaxegi, ngokuba ukholekile lowo owethembisayo
រុករក KumaHeberu 10:23
4
KumaHeberu 10:36
Ngokuba nidinga ukubekezela, ukuze seniyenzile intando kaNkulunkulu namukele isithembiso.
រុករក KumaHeberu 10:36
5
KumaHeberu 10:22
masisondele ngenhliziyo eqinisileyo ngokwethemba okupheleleyo kokukholwa, zifafaziwe izinhliziyo zethu kungasekho valo lokubi, umzimba wethu ugeziwe ngamanzi acwebileyo
រុករក KumaHeberu 10:22
6
KumaHeberu 10:35
Ngakho-ke maningalahli isibindi senu esinomvuzo omkhulu.
រុករក KumaHeberu 10:35
7
KumaHeberu 10:26-27
Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, akusekho umnikelo ngezono, kepha kuphela ukulindela okwesabekayo ukwahlulelwa nomlilo oshisayo ozakuqeda amaphikankani.
រុករក KumaHeberu 10:26-27
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ