1
KwabaseGalathiya 3:13
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, ebenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abalenga emthini,”
ប្រៀបធៀប
រុករក KwabaseGalathiya 3:13
2
KwabaseGalathiya 3:28
Akakho umJuda nomGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.
រុករក KwabaseGalathiya 3:28
3
KwabaseGalathiya 3:29
Kepha uma ningabakaKristu, seniyinzalo ka-Abrahama, niyizindlalifa ngokwesithembiso.
រុករក KwabaseGalathiya 3:29
4
KwabaseGalathiya 3:14
ukuba isibusiso sika-Abrahama ngoKristu Jesu sifike kubo abezizwe, ukuze samukeliswe isithembiso sikaMoya ngokukholwa.
រុករក KwabaseGalathiya 3:14
5
KwabaseGalathiya 3:11
Kepha ukuthi ngomthetho akukho muntu olungisiswayo phambi kukaNkulunkulu kusobala, ngokuba olungileyo uzakuphila ngokukholwa
រុករក KwabaseGalathiya 3:11
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ