1
IzEnzo 3:19
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Ngalokhu phendukani, niguquke ukuba kuhlangulwe izono zenu
ប្រៀបធៀប
រុករក IzEnzo 3:19
2
IzEnzo 3:6
Kodwa uPetru wathi: “Isiliva negolide anginalo; kepha lokho enginakho ngikupha khona: egameni likaJesu Kristu waseNazaretha, hamba.”
រុករក IzEnzo 3:6
3
IzEnzo 3:7-8
Wayesembamba ngesandla sokunene, wamsukumisa; kwaqina masinyane izinyawo zakhe namaqakala, egxuma, wema, wahamba, wangena nabo ethempelini, ehamba, egxuma, emdumisa uNkulunkulu.
រុករក IzEnzo 3:7-8
4
IzEnzo 3:16
Ngokukholwa egameni layo lo enimbonayo nenimaziyo igama layo lamenza aqine, nokukholwa okungayo kumnike le mpilo phambi kwenu nonke.
រុករក IzEnzo 3:16
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ