1
IzEnzo 27:25
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Ngalokho yimani isibindi, madoda; ngokuba ngiyakholwa nguNkulunkulu ukuthi kuzakuba njengalokho kukhulunyiwe kimi.
ប្រៀបធៀប
រុករក IzEnzo 27:25
2
IzEnzo 27:23-24
Ngokuba ngalobu busuku bekumi ngakimi ingelosi kaNkulunkulu engingowakhe nengimkhonzayo, yathi: ‘Ungesabi, Pawulu; umelwe ukuma phambi kukaKesari; bheka, uNkulunkulu ukuphile bonke abahamba nawe emkhunjini.’
រុករក IzEnzo 27:23-24
3
IzEnzo 27:22
Kepha manje senginiluleka ukuba nime isibindi, ngokuba akuyikufa muntu kini, umkhumbi kuphela.
រុករក IzEnzo 27:22
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ