1
IzEnzo 17:27
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
ukuze zifune uNkulunkulu, ingabe zingamuzwa, zimfumane; ingani kakude kulowo nalowo kithi.
ប្រៀបធៀប
រុករក IzEnzo 17:27
2
IzEnzo 17:26
wazenza izizwe zonke ngagazi linye ukuba zakhe ebusweni bonke bomhlaba, wamisa izikhathi ezinqunyiweyo nemikhawulo yokuhlala kwazo
រុករក IzEnzo 17:26
3
IzEnzo 17:24
“UNkulunkulu owenza umhlaba nakho konke okukuwo, yena oyiNkosi yezulu nomhlaba, akahlali emathempelini enziwe ngezandla
រុករក IzEnzo 17:24
4
IzEnzo 17:31
njengokuba umisile usuku azakwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngomuntu ammisele lokho, enika bonke ithemba ngokumvusa kwabafileyo.”
រុករក IzEnzo 17:31
5
IzEnzo 17:29
“Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu.
រុករក IzEnzo 17:29
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ