1
2 kuThimothewu 4:7
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiqedile ibanga, ngigcinile ukukholwa
ប្រៀបធៀប
រុករក 2 kuThimothewu 4:7
2
2 kuThimothewu 4:2
Shumayela izwi, uqinise, noma kuyisikhathi noma kungesiso; sola, ukhuze, uyale ngakho konke ukubekezela nokufundisa.
រុករក 2 kuThimothewu 4:2
3
2 kuThimothewu 4:3-4
Ngokuba kuyakuba khona isikhathi abangayikuvuma ngaso isifundiso esiphilayo, kepha ngokwezinkanuko zabo bayakuzibuthela abafundisi njengokubatshwa kwezindlebe zabo, bafulathelise izindlebe zabo eqinisweni, baphambukele ezinganekwaneni.
រុករក 2 kuThimothewu 4:3-4
4
2 kuThimothewu 4:5
Kepha wena, qonda ezintweni zonke, ubekezele ekuhluphekeni, wenze umsebenzi womvangeli, ufeze ukukhonza kwakho.
រុករក 2 kuThimothewu 4:5
5
2 kuThimothewu 4:8
sengibekelwe umqhele wokulunga eyakungipha wona ngalolo suku iNkosi, umahluleli olungileyo, kungeyimi ngedwa, kepha bonke abathandile ukubonakala kwayo.
រុករក 2 kuThimothewu 4:8
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ