1
2 kuThimothewu 2:15
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Khuthalela ukuba uziveze uthembekile kuNkulunkulu, isisebenzi esingenamahloni, esiqondisa kahle izwi leqiniso.
ប្រៀបធៀប
រុករក 2 kuThimothewu 2:15
2
2 kuThimothewu 2:22
Kepha balekela izinkanuko zobusha, ujonge ukulunga, nokukholwa, nothando, nokuthula kanye nabakhuleka eNkosini ngenhliziyo ehlambulukileyo.
រុករក 2 kuThimothewu 2:22
3
2 kuThimothewu 2:24
inceku kaKristu ayifanele ukulwa, kodwa mayibe mnene kubo bonke, inesu lokufundisa, ibekezela
រុករក 2 kuThimothewu 2:24
4
2 kuThimothewu 2:13
uma singathembeki, yena uhlala ethembekile, ngokuba akanakuziphika.
រុករក 2 kuThimothewu 2:13
5
2 kuThimothewu 2:25
ibalaya ngomoya omnene abamelene nayo, kumbe uNkulunkulu angabanika ukuphenduka, baze balazisise iqiniso
រុករក 2 kuThimothewu 2:25
6
2 kuThimothewu 2:16
Kepha ukukhuluma kwezwe okuyize ukugweme; ngokuba bayakuqhubekela phambili ekungamesabini uNkulunkulu
រុករក 2 kuThimothewu 2:16
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ