1
2 kwabaseKorinte 9:8
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Kepha uNkulunkulu unamandla okunipha umusa wonke uvame, ukuze kuthi ninokwanela konke ezintweni zonke ngezikhathi zonke, nivame imisebenzi yonke emihle
ប្រៀបធៀប
រុករក 2 kwabaseKorinte 9:8
2
2 kwabaseKorinte 9:7
Yilowo nalowo anikele njengalokho azikhethele khona enhliziyweni, kungabi ngokudabuka nangokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda onikelayo ethokoza.
រុករក 2 kwabaseKorinte 9:7
3
2 kwabaseKorinte 9:6
Kepha nakhu: ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana, nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.
រុករក 2 kwabaseKorinte 9:6
4
2 kwabaseKorinte 9:10-11
Kepha yena onika ohlwanyelayo inhlwanyelo nesinkwa sokudliwa uyakulungisela evise imbewu yenu, andise izithelo zokulunga kwenu, ukuze ezintweni zonke nicetshiswe kukho ukuphana konke okuveza ngathi ukubonga uNkulunkulu.
រុករក 2 kwabaseKorinte 9:10-11
5
2 kwabaseKorinte 9:15
Makabongwe uNkulunkulu ngenxa yesipho sakhe esingakhulumekiyo.
រុករក 2 kwabaseKorinte 9:15
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ