1
1 kaPetru 3:15-16
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
kepha mngcweliseni uKristu abe yiNkosi ezinhliziyweni zenu, nihlale ningabalungele ukubaphendula bonke abanibuza isizathu sethemba elikini, kodwa kube ngobumnene nangokwesaba, nibe nonembeza omuhle, ukuze kuthi kulokho abanihleba ngakho bajabhiswe labo abathuka ukuhamba kwenu okuhle kuKristu.
ប្រៀបធៀប
រុករក 1 kaPetru 3:15-16
2
1 kaPetru 3:12
ngokuba amehlo eNkosi aphezu kwabalungileyo, izindlebe zayo zisekunxuseni kwabo, kepha ubuso beNkosi buphezu kwabenza okubi.”
រុករក 1 kaPetru 3:12
3
1 kaPetru 3:3-4
Ukuhloba kwenu makungabi ngokungaphandle, okokwaluka izinwele, nokokufaka igolide, noma okokugqoka izingubo, kepha makube ngumuntu osithekileyo wenhliziyo ohloba ngokungabhubhiyo komoya omnene onokuthula, okuyigugu phambi kukaNkulunkulu.
រុករក 1 kaPetru 3:3-4
4
1 kaPetru 3:10-11
“Ngokuba osuka ethanda ukuphila nokubona izinsuku ezinhle, makanqande ulimi lwakhe kokubi, nezindebe zakhe zingakhulumi inkohliso, adede ebubini, enze okuhle, afune ukuthula, akujonge
រុករក 1 kaPetru 3:10-11
5
1 kaPetru 3:8-9
Okokugcina, manibe nhliziyonye nonke, nihawukelane, nithandane ngokwabazalwane, nibe nobubele nokuthobeka, ningaphindisi okubi ngokubi nokuthuka ngokuthuka, kepha kakhulu manibusise, ngokuba nabizelwa lokho ukuba nidle ifa lokubusiswa.
រុករក 1 kaPetru 3:8-9
6
1 kaPetru 3:13
Pho, ubani onganilimaza, uma nishisekela okuhle na?
រុករក 1 kaPetru 3:13
7
1 kaPetru 3:11
adede ebubini, enze okuhle, afune ukuthula, akujonge
រុករក 1 kaPetru 3:11
8
1 kaPetru 3:17
Ngokuba kuhle ukuhlupheka ngokwenza okuhle, uma kuyintando kaNkulunkulu, kunokwenza okubi.
រុករក 1 kaPetru 3:17
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ