1
1 kaJohane 5:14
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Yilesi sibindi esinaso kuye sokuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa.
ប្រៀបធៀប
រុករក 1 kaJohane 5:14
2
1 kaJohane 5:15
Uma sazi ukuthi uyasizwa noma sicelani, siyazi ukuthi sinakho esikucelileyo, esikucele kuye.
រុករក 1 kaJohane 5:15
3
1 kaJohane 5:3-4
Ngokuba ukuthanda uNkulunkulu yilokhu ukuba sigcine imiyalo yakhe; nemiyalo yakhe ayinzima, ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe; lokhu kuyinqobo enqobe izwe: ukukholwa kwethu.
រុករក 1 kaJohane 5:3-4
4
1 kaJohane 5:12
Onayo iNdodana unokuphila; ongenayo iNdodana kaNkulunkulu akanakho ukuphila.
រុករក 1 kaJohane 5:12
5
1 kaJohane 5:13
Nginilobele lokho, ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu.
រុករក 1 kaJohane 5:13
6
1 kaJohane 5:18
Siyazi ukuthi yilowo nalowo ozelwe nguNkulunkulu akoni, ngokuba ozelwe nguNkulunkulu uyazigcina, nomubi akamthinti.
រុករក 1 kaJohane 5:18
គេហ៍
ព្រះគម្ពីរ
គម្រោងអាន
វីដេអូ