Ubuhlakani Obujulile: Uhambo lwezinsuku eziwu-7 ZobabaIsampula

Obaba Abalandela uJesu
Obaba abalandela uJesu baqala ngokusiza abantwana babo ukuqonda ukuthi bangobani kuKhristu. Umntwana wakho uyazi ukuthi uyingane etholwe yiNkosi yamkhosi—exolelwe ngokuphelele, eyanele ngokuphelele, futhi efanelekile ngokuphelele?
Uma abantwana beqonda ukuthi bangobani kuKhristu, bathola ububona obempela. Ububona bempela benza kubelula ukwazi ukuthi benzeni kulezozimo uma okuhle nokubi kubukeka kungahlukaniseki, noma uma abazali benqaba ngesinqumo sabo.
Isisekelo sokucabanga kwabo siba "UJeju ebengangifuna ngenzeni?” ngoba ububona bempela kuKhristu buyisisekelo sokuthi bangobani.
Abangani bami u-Craig no-Kerry banamadodakazi amathathu. Uma izinqumo zokuthi iziketi zimfushane nokuthi izingubo ziyababamba, u-Kerry ubuza athi, “Ucabanga ukuthi kwamkelekile?” Abantwana abaningi bangaduba, becabanga ukuthi umama ufaka imicabango yakhe yokwamkelekile kubo.
Kodwa lamantombazanyana asakhe ububona bawo . . . iamabanga abo asho okwamkelekile nokungamkelekanga. Bagweme ukungezwani okuningi ngokuthi yini engagqokwa nokungeke ngoba ibona abakucabange kahle. “Ngiyazazi ukuthi ngingubani. Abantu abafana nami abagqoki kanje. Abantu abanjengami abazenzi izinto ezinje.”
Umbuzo: Unganaka abantwana bakho, ubaholele ekwazini ukuthi bangobani kuKhristu?
Mayelana naloluHlelo

Kuyamangaza ukuthi obaba bethu banomthelela kangakanani kithi. Akekho ongabalekela amandla nesigqi sikababa emhlabeni. Futhi njengoba abantu besilisa bezizwa bengalungele ukuba obaba, kumele bafune umhlahlandlela - eZwini nakwabanye obaba. Ubuhlakani Obujulile buwuhambo oluya enhlakaniphweni nolwazi kobaba, buhlanganisa imigomo nobuhlakani obuseZwini kanye nesipiliyoni sobaba omdala, ohlakaniphile nofundile emaphutheni akhe.
More