Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Kungani iPhasika?

5 izinsuku
Yini ebaluleke kangaka ngePhasika? Kungani kunesithakazelo esingaka kumuntu owazalwa eminyakeni engu-2 000 edlule? Kungani abantu abaningi kangaka bejabule ngoJesu? Kungani simdinga? Kungani eza? Kungani afa? Kungani kufanele umuntu azihluphe ngokukuthola? Kulolu hlelo lwezinsuku ezi-5, u-Nicky Gumbel wabelana ngezimpendulo ezigculisayo kuleyo mibuzo.
Sithanda ukubonga iAlpha no Nicky Gumbel ngokusinikeza leluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://alpha.org/
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ungaqala Kanjani Ukufunda Ibhayibheli

Indlela Yokufunda Ibhayibheli (Izisekelo)

Ungabelana kanjani ngokholo lwakho

Ungakuyeka Kanjani Ukukhathazeka

Ukhethiwe: Zikhumbuze NgeVangeli Nsuku Zonke

Ukuthula KukaNkulunkulu

UJesu: Ibhanela Lethu Lokunqoba

Ukubekezela

Ukhisimusi Womndeni: Ukuzinikela Kwezingane
