YouVersion Logo
Search Icon

AmaHubo 139:1-5

AmaHubo 139:1-5 ZUL59

Jehova, uyangihlolisisa, uyangazi. Uyakwazi ukuhlala kwami nokuvuka kwami, uqonda umcabango wami ukude. Uyaphenya ukuhamba kwami nokulala kwami, wazana nezindlela zonke zami. Ngokuba alikho izwi olimini lwami, Jehova, ongalaziyo ngokupheleleyo. Ungizungezile ngasemuva nangaphambili, wabeka isandla sakho phezu kwami.

Free Reading Plans and Devotionals related to AmaHubo 139:1-5