Imininingwane ngohlelo

UElisha: Indatshana Yokukholwa OkumangazayoIsampula

Elisha: A Tale Of Ridiculous Faith

USUKU 3 KWEZINGU- 13

2 Amakhosi 2:19-22, sibona isibonakaliso sokuqala kweziningi ezenziwa nguElisha. Isibonakaliso sakhe sokuqala saba ukucolisa amanzi amani abantu baseJerikho. UNkulunkulu wasebenzisa uElisha njengesijobelelo sothando lwakhe ukuhlangabezana nezidingo zabantu baKhe. NjengoElisha, uNkulunkulu uyasisebenzisa njalo njengesijobelelo sothando lwaKhe ukusiza abadingayo. Thatha isikhathi namhlanje ukucabanga ukuthi ngubani ongadinga usizo nokuthi iziphi izinyathelo ongazithatha ukuhlangabezana nezidingo zabo. Ubani onesidingo ongahlangabezana naso? Isiphi isinyathelo ozosithatha ukuhlangabezana nalesisidingo?
Usuku 2Usuku 4

Mayelana naloluHlelo

Elisha: A Tale Of Ridiculous Faith

UElisha ungomunye wabantu abanohlonze eZwini likaNkulunkulu. Wayengumphrofethi okholo lwakhe nemimangaliso ayenza yayingakholweki. Kuloluhlelo lokufunda lwezinsuku ezi-13 uzofunda ngempilo kaElisha futhi ufunde emzekelwe...

More

We would like to thank Pastor Craig Groeschel and Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.Life.Church

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo