YouVersion Logo
Search Icon

Amahubo 9:1-10

Amahubo 9:1-10 CZB24

Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyakukubonga, Jehova, ngayo yonke inhliziyo yami; ngizakwazisa zonke izimangaliso zakho. Ngiyakujabula, ngethabe ngawe; Ngifuna ukudumisa igama lakho, O oPhezukonke. Lapho izitha zami zibuya, ziyakuwa, zibhubhe phambi kobuso bakho. Ngokuba ulimisile ilungelo lami nendaba yami; uhlezi esihlalweni sobukhosi wahlulele ngokufaneleyo. Ukhuzile abezizwe, wababhubhisa ababi, igama labo walesula kuze kube phakade naphakade. Wena sitha, incithakalo iphelile kuze kube nininini, uchithe imizi eyincithakalo; isikhumbuzo sabo sabhubha kanye nabo. Kepha uJehova uyakuma kuze kube phakade; umisile isihlalo sakhe sobukhosi ukwahlulela. Uyakwahlulela izwe ngokulunga, ahlulele abantu ngokulunga. UJehova uyakuba yisiphephelo kocindezelweyo, isiphephelo ngezikhathi zokuhlupheka. Abalaziyo igama lakho bayakwethemba wena, ngokuba wena Jehova awubashiyanga abakufunayo.

Related Videos

Verse Images for Amahubo 9:1-10

Amahubo 9:1-10 - Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyakukubonga, Jehova, ngayo yonke inhliziyo yami; ngizakwazisa zonke izimangaliso zakho.
Ngiyakujabula, ngethabe ngawe; Ngifuna ukudumisa igama lakho, O oPhezukonke.
Lapho izitha zami zibuya, ziyakuwa, zibhubhe phambi kobuso bakho.
Ngokuba ulimisile ilungelo lami nendaba yami; uhlezi esihlalweni sobukhosi wahlulele ngokufaneleyo.
Ukhuzile abezizwe, wababhubhisa ababi, igama labo walesula kuze kube phakade naphakade.
Wena sitha, incithakalo iphelile kuze kube nininini, uchithe imizi eyincithakalo; isikhumbuzo sabo sabhubha kanye nabo.
Kepha uJehova uyakuma kuze kube phakade; umisile isihlalo sakhe sobukhosi ukwahlulela.
Uyakwahlulela izwe ngokulunga, ahlulele abantu ngokulunga.
UJehova uyakuba yisiphephelo kocindezelweyo, isiphephelo ngezikhathi zokuhlupheka.
Abalaziyo igama lakho bayakwethemba wena, ngokuba wena Jehova awubashiyanga abakufunayo.Amahubo 9:1-10 - Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyakukubonga, Jehova, ngayo yonke inhliziyo yami; ngizakwazisa zonke izimangaliso zakho.

Abalaziyo igama lakho bayakwethemba wena, ngokuba wena Jehova awubashiyanga abakufunayo.