YouVersion Logo
Search Icon

NgokukaMathewu 24:9-11

NgokukaMathewu 24:9-11 ZUL59

“Lapho-ke bayakunikhaphela osizini, banibulale; niyakuzondwa yizizwe zonke ngenxa yegama lami. Khona-ke abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, bazondane. Kuyakuvela abaprofethi bamanga abaningi, badukise abaningi.

Free Reading Plans and Devotionals related to NgokukaMathewu 24:9-11