1
KwabaseFiliphi 3:13-14
IsiZulu 2020
ZUL20
Bazalwane, angisho ukuthi mina uqobo sengikubambile, kodwa kunye engikwenzayo: ngikhohlwa okungasemuva, ngizelulela kokungaphambili; ngiphokophele emgomeni, emklomelweni wokubizwa okukhulu kwaphezulu, nguNkulunkulu kuJesu Khristu.
Compare
Explore KwabaseFiliphi 3:13-14
2
KwabaseFiliphi 3:10-11
ukuze ngimazi Yena, namandla okuvuka kwakhe, ngibe nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngimfuze nangokufa kwakhe, mhlawumbe ngingaze ngifinyelele ekuvukeni kwabafileyo.
Explore KwabaseFiliphi 3:10-11
3
KwabaseFiliphi 3:8
Yebo impela, ngikushaya indiva ngenxa yobukhulu bokumazi uKhristu uJesu iNkosi yami, engilahlekelwe yikho konke ngenxa yakhe, ngikushaya izibi ukuze ngizuze uKhristu
Explore KwabaseFiliphi 3:8
4
KwabaseFiliphi 3:7
Kepha lokho okwakuyinzuzo kimi ngakushaya indiva ngenxa kaKhristu.
Explore KwabaseFiliphi 3:7
Home
Bible
Plans
Videos