1
NgokukaMathewu 19:26
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kepha uJesu ebabheka wathi kubo: “Kubantu akunakwenzeka; kepha kuNkulunkulu kungenzeka konke.”
Compare
Explore NgokukaMathewu 19:26
2
NgokukaMathewu 19:6
Ngakho abasebabili, kodwa banyamanye. Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu, umuntu makangakwahlukanisi.”
Explore NgokukaMathewu 19:6
3
NgokukaMathewu 19:4-5
Waphendula, wathi kubo: “Anifundanga yini ukuthi owadala ekuqaleni wabenza owesilisa nowesifazane, wathi: ‘Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye,’ na?
Explore NgokukaMathewu 19:4-5
4
NgokukaMathewu 19:14
UJesu wayesethi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.”
Explore NgokukaMathewu 19:14
5
NgokukaMathewu 19:30
Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina babe ngabokuqala.
Explore NgokukaMathewu 19:30
6
NgokukaMathewu 19:29
Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amazwe ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kaningi, adle ifa lokuphila okuphakade.
Explore NgokukaMathewu 19:29
7
NgokukaMathewu 19:21
UJesu wathi kuye: “Uma uthanda ukuphelela, hamba uthengise ngempahla yakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; uze ungilandele.”
Explore NgokukaMathewu 19:21
8
NgokukaMathewu 19:17
Wathi kuye: “Ungibuzelani ngokuhle na? Munye ongomuhle. Kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalelo.”
Explore NgokukaMathewu 19:17
9
NgokukaMathewu 19:24
Futhi ngithi kini: Kulula ukuba ikamela lingene ngentunja yosungulo kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.”
Explore NgokukaMathewu 19:24
10
NgokukaMathewu 19:9
Namanje ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe kungengokuphinga, aganwe ngomunye, uyaphinga; noganwa ngolahliweyo uyaphinga.”
Explore NgokukaMathewu 19:9
11
NgokukaMathewu 19:23
Kepha uJesu wathi kubafundi bakhe: “Ngiqinisile ngithi kini: Onothileyo uyakungena kalukhuni embusweni wezulu.
Explore NgokukaMathewu 19:23
YouVersion uses cookies to personalize your experience. By using our website, you accept our use of cookies as described in our Privacy Policy
Home
Bible
Plans
Videos