AMahubo 9:1-10

AMahubo 9:1-10 ZUL20

Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke; ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho. Ngiyakuthokoza, ngethabe kuwe; ngilihubele igama loPhezukonke. Lapho izitha zami, zibuyela emuva, ziyabhamazela, zibhubhe phambi kwakho. Ngokuba ungenzele ubulungiswa, wangikhipha phambili uhlezi esihlalweni sakho, wehlulela ngokulunga. Uzijezisile izizwe, wachitha izikhohlakali, walishabalalisa igama lazo ingunaphakade. Izitha ziphelile, zabhujiswa, wayisiphula imizi yazo, kwaphela nya ukukhunjulwa kwazo. USimakade umi kuze kube phakade; umisile isihlalo sakhe sokwehlulela. Uyakuwehlulela umhlaba ngokulunga, ehlulele izizwe ngobuqotho. USimakade uyinqaba kocindezelweyo, uyinqaba ngesikhathi sokuhlupheka. Abalaziyo igama lakho bethembela kuwe; Simakade awubalahli labo abakufunayo.

Funda AMahubo 9

Izithombe Zevesi zika- AMahubo 9:1-10

AMahubo 9:1-10 - Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke;
ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.
Ngiyakuthokoza, ngethabe kuwe;
ngilihubele igama loPhezukonke.

Lapho izitha zami,
zibuyela emuva, ziyabhamazela,
zibhubhe phambi kwakho.
Ngokuba ungenzele ubulungiswa,
wangikhipha phambili uhlezi esihlalweni sakho,
wehlulela ngokulunga.
Uzijezisile izizwe,
wachitha izikhohlakali,
walishabalalisa igama lazo ingunaphakade.
Izitha ziphelile, zabhujiswa,
wayisiphula imizi yazo, kwaphela nya
ukukhunjulwa kwazo.

USimakade umi kuze kube phakade;
umisile isihlalo sakhe sokwehlulela.
Uyakuwehlulela umhlaba ngokulunga,
ehlulele izizwe ngobuqotho.
USimakade uyinqaba kocindezelweyo,
uyinqaba ngesikhathi sokuhlupheka.
Abalaziyo igama lakho bethembela kuwe;
Simakade awubalahli labo abakufunayo.AMahubo 9:1-10 - Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke;
ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.
Ngiyakuthokoza, ngethabe kuwe;
ngilihubele igama loPhezukonke.

Lapho izitha zami,
zibuyela emuva, ziyabhamazela,
zibhubhe phambi kwakho.
Ngokuba ungenzele ubulungiswa,
wangikhipha phambili uhlezi esihlalweni sakho,
wehlulela ngokulunga.
Uzijezisile izizwe,
wachitha izikhohlakali,
walishabalalisa igama lazo ingunaphakade.
Izitha ziphelile, zabhujiswa,
wayisiphula imizi yazo, kwaphela nya
ukukhunjulwa kwazo.

USimakade umi kuze kube phakade;
umisile isihlalo sakhe sokwehlulela.
Uyakuwehlulela umhlaba ngokulunga,
ehlulele izizwe ngobuqotho.
USimakade uyinqaba kocindezelweyo,
uyinqaba ngesikhathi sokuhlupheka.
Abalaziyo igama lakho bethembela kuwe;
Simakade awubalahli labo abakufunayo.AMahubo 9:1-10 - Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke;
ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.
Ngiyakuthokoza, ngethabe kuwe;
ngilihubele igama loPhezukonke.

Lapho izitha zami,
zibuyela emuva, ziyabhamazela,
zibhubhe phambi kwakho.
Ngokuba ungenzele ubulungiswa,
wangikhipha phambili uhlezi esihlalweni sakho,
wehlulela ngokulunga.
Uzijezisile izizwe,
wachitha izikhohlakali,
walishabalalisa igama lazo ingunaphakade.
Izitha ziphelile, zabhujiswa,
wayisiphula imizi yazo, kwaphela nya
ukukhunjulwa kwazo.

USimakade umi kuze kube phakade;
umisile isihlalo sakhe sokwehlulela.
Uyakuwehlulela umhlaba ngokulunga,
ehlulele izizwe ngobuqotho.
USimakade uyinqaba kocindezelweyo,
uyinqaba ngesikhathi sokuhlupheka.
Abalaziyo igama lakho bethembela kuwe;
Simakade awubalahli labo abakufunayo.