IzEnzo 26:17-18
IzEnzo 26:17-18 ZULUNT
ngikukhulula kubantu nakwabezizwe, engikuthuma kubo manje. ukuze uvule amehlo abo, basuke ebumnyameni, baye ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baye kuNkulunkulu, ukuze bamukele ukuthethelelwa kwezono, nefa phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.