Imifanekiso KaJesuIsampula

The Parables of Jesus

USUKU 9 KWEZINGU- 36

IZICEBILE ZAKHA IZINQOLOBANE EZINKULU
Kule ndima uJesu uqhathanisa ingcebo yezwe nengcebo yaphakade: ubuhlobo obucebile noNkulunkulu. Nakuba izinto ezibonakalayo nengcebo yesikhashana kungezona izinto ezimbi, ukuzithola akufanele neze kuthathe isikhathi esiningi, amandla, uthando, nokunaka kunokuthuthukisa ubuhlobo bethu noNkulunkulu.

Ingabe ukunakekela kwakho nokukhathalela kwakho izinto ezibonakalayo kuye kwaba kukhulu kunesifiso sakho ngoNkulunkulu? Yiziphi ezinye izici zokuphila ezisusa uthando nokunaka kwakho kuNkulunkulu? Qiniseka ukuthi ufuna uMbuso kaNkulunkulu ngaphezu kwakho konke okunye!

Mayelana naloluHlelo

The Parables of Jesus

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!

More

We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/