Imifanekiso KaJesuIsampula

UMNGANI ODINGAYO
Kulesi siqephu uJesu akafundisi nje kuphela ukuthi yini okufanele ithandazelwe ( amavesi 2-4) kodwa nendlela yokuthandaza.
Kungaba lula ukudikibala lapho singayiboni impendulo yomthandazo ngesikhathi ebesicabanga ngaso. Kodwa uNkulunkulu akadingi ukuba asebenze ngezikhathi zethu!
Kukangaki uzithola udela ngemva kokuthandazela into ethile kodwa ungayiboni impendulo? Yimiphi eminye yemithandazo obulokhu uyithandazela isikhathi eside, futhi uzizwa ufuna ukuyiyeka? Iyiphi eminye yemithandazo osuyiyekile ngoba ungayitholanga impendulo ngokushesha?
Sebenzisa isikhuthazo esikulesi siqephu futhi uqhubeke ubuza!

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!
More
We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukhethiwe: Zikhumbuze NgeVangeli Nsuku Zonke

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo

Izimiso Zokusebenzisa Isikhathi Ezivela Ezwini LikaNkulunkulu

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

Ukukholwa Ubuhle BukaNkulunkulu Noma Kunjani

Ukuqhubekisa ukuthula