Imifanekiso KaJesuIsampula

The Parables of Jesus

USUKU 10 KWEZINGU- 36

IZINCEKU EZIHLAKANIPHILE NEZIYIZIWULA
Kule ndaba uJesu ukhuluma ngokubuya Kwakhe kwesibili, nokokugcina, futhi usebenzisa indaba ukuze abuze ukuthi uzobathola kanjani abalandeli Bakhe lapho ebuya.

Uma uJesu ebuya namuhla, ubeyokuthola unakekela ngokwethembeka umsebenzi wokugcina asinike wona, wokwenza abafundi? Angakuthola uziphatha ngokwethembeka izipho namathalenta akho eMbusweni kaNkulunkulu? Noma Angakuthola uvilapha kuleyo misebenzi? Angakuthola uthi, "Nginesikhathi esiningi ngaphambi kokuthi Abuye, ngizofika kulokho ekugcineni!"

Asikho isikhathi esibi sokwenza abafundi, ukufundisa abanye ukulalela yonke imiyalo yaKhe. Qiniseka ukuthi uthembekile futhi unengqondo ekukhanyeni kokubuya kweNkosi ekugcineni!

Mayelana naloluHlelo

The Parables of Jesus

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!

More

We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/