Imifanekiso KaJesuIsampula

Iperele ELIYIGUGU, INGCEBO EFIHLILE
Kule mifanekiso emibili uJesu usibekela inselelo ukuba sikhumbule ukuthi uMbuso kaNkulunkulu ubaluleke kangakanani kithi.
Sifunda ngendlela amadoda amabili adela ngayo izinto eziyigugu kakhulu ukuze athole okuthile ayekubheka njengenani elikhulu nakakhulu. Lapho sicabanga ngalokho esikudele ukuze sibe yikho eMbusweni kaNkulunkulu, kufanele futhi sikhumbule futhi sijabule ngokuthi kuningi kangakanani esiye sakuzuza ngokubuyisela!
Kufanele futhi sihlale sihlola izinhliziyo zethu ukuze sibone ukuthi azikho yini izinto, amaphupho, ubudlelwano, njll., esibambelele kukho ngoba sikholelwa ukuthi zibaluleke kakhulu kunalokho uNkulunkulu asenzele khona eMbusweni Wakhe.

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!
More
We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukhethiwe: Zikhumbuze NgeVangeli Nsuku Zonke

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo

Izimiso Zokusebenzisa Isikhathi Ezivela Ezwini LikaNkulunkulu

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

Ukukholwa Ubuhle BukaNkulunkulu Noma Kunjani

Ukuqhubekisa ukuthula