Imifanekiso KaJesuIsampula

IZINDLEKO ZOKUBA UMFUNDI
Izikhathi eziningi siyengeka ukuba silandele uJesu ngokunikezwa "zonke izinzuzo futhi ngaphandle kwenkokhelo." Kunalokho, lesi isipho samahhala esibiza konke, kodwa esikuthola njengembuyiselo kukhulu kakhulu kunanoma yini esiyidelayo!
Uma ufika kuKristu ucabanga ukuthi ngeke ulahlekelwe lutho futhi uthole izinto kuJesu kuphela, qiniseka ukuthi uhlola inhliziyo yakho ukuze ubone ukuthi akukho yini ongeke ukulahle ukumlandela uma Ekucela.
Lapho wabelana ngokholo lwakho nabangani bakho, akufanele wesabe ukubasiza ukubala izindleko futhi. Lokhu akukhona ukubethusa kodwa ukusiza ukwakha isithombe esingokoqobo sokulandela uJesu. Uma sizama ukuzuza abantu eVangelini elingenazindleko, bangase bagcine bekude noKristu ngaleso sikhathi lapho beqala khona ukuhlubuka ngemva kokubhekana nezindleko zangempela zokulandela uKristu.

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!
More
We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukhethiwe: Zikhumbuze NgeVangeli Nsuku Zonke

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo

Izimiso Zokusebenzisa Isikhathi Ezivela Ezwini LikaNkulunkulu

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

Ukukholwa Ubuhle BukaNkulunkulu Noma Kunjani

Ukuqhubekisa ukuthula