Imifanekiso KaJesuIsampula

IMBILISO
Izikhathi eziningi amaKristu abheka ezokuzijabulisa, imfundo, ezombangazwe, noma ezemidlalo futhi akhala ngokuntula kwamaKristu kuleyo mikhakha yethonya. Kulo mfanekiso uJesu uchaza ukuthi asidingi iningi lezinombolo ukuze sibe nethonya elikhulu ezindaweni esihlala kuzo, noma ngisho namasiko wonkana.
Kunalokho, sidinga abafundi abanoMbuso kaNkulunkulu omningi phakathi kwabo kangangokuthi bathonya wonke umuntu obazungezile. Kungakhathaliseki ukuthi uNkulunkulu ukubizele ukuba uthonye ezombangazwe, ezokuzijabulisa, isayensi, ezobuciko, indawo yakini, noma ikhaya lakho nje, indlela engcono kakhulu yokukwenza iwukugcwaliswa ngeqiniso nothando lukaJesu Kristu.

Mayelana naloluHlelo

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!
More
We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukhethiwe: Zikhumbuze NgeVangeli Nsuku Zonke

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo

Izimiso Zokusebenzisa Isikhathi Ezivela Ezwini LikaNkulunkulu

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

Ukukholwa Ubuhle BukaNkulunkulu Noma Kunjani

Ukuqhubekisa ukuthula