I-Testamente Elisha ngezinsuku ezingu-90Isampula

The New Testament in 90 Days

USUKU 73 KWEZINGU- 90

Isingeniso sikaJakobe

UJakobe wayengu singabhuti kaJesu futhi engumholi ebandleni laseJerusalema. UJakobe akazange amlandele uJesu kwaze kwaba ngemva koVuko. Nakuba ephuze ukuvuma ukuthi uJesu ungubani, wabizwa ngokuthi umholi omkhulu ebandleni. 

Kungenzeka ukuthi uJakobe wabhala lencwadi cishe ngo-A.D. 45-48, futhi yayibhalelwe amaKristu angamaJuda. Unikeza izinyathelo ezisebenzayo nezeluleko kule ncwadi. UJakobe wabhala okuningi ngezenzo zethu nendlela okufanele zilandele ukholo lwethu. Wayekholelwa ukuthi ukholo lwethu kufanele luthinte yonke indawo yezimpilo zethu nokuthi kufanele sibe yingxenye yempilo yabanye. 

Mayelana naloluHlelo

The New Testament in 90 Days

Hamba ezahlukweni ezingu-260 zeTestamente Elisha ezinsukwini ezingu-90 ezilandelayo. Kusukela evangelini likaMathewu, uMarku, uLuka, noJohane, kuze kufike encwadini yokugcina yeSambulo, uNkulunkulu uzokhuluma nawe kuzo zonke izimfundiso zalabo abaguqulwa uMsindisi wethu.

More

Lolu hlelo lweBhayibheli lokuqala lwakhiwa futhi lwahlinzekwa yi-YouVersion.