I-Testamente Elisha ngezinsuku ezingu-90Isampula

The New Testament in 90 Days

USUKU 77 KWEZINGU- 90

Isingeniso kuPetru Wesibili

Lencwadi kaPetru wesiBili yalotshwa ngemva nje kwencwadi yakhe yokuqala cishe ngo-A.D.64-66. Inhloso nenjongo kule ncwadi yayihlukile. AmaKristu angamaJuda ayesabekezelela ukuhlupheka noshushiso, kodwa futhi ayebhekana nezimfundiso zamanga nokuhlubuka phakathi kwawo. UPetru wanxusa abantu ukuba bafune ukuvuthwa ngokomoya ngeZwi likaNkulunkulu esikhundleni sokulalela amazwi amnandi azwakalayo avela kubafundisi bamanga. 

Mayelana naloluHlelo

The New Testament in 90 Days

Hamba ezahlukweni ezingu-260 zeTestamente Elisha ezinsukwini ezingu-90 ezilandelayo. Kusukela evangelini likaMathewu, uMarku, uLuka, noJohane, kuze kufike encwadini yokugcina yeSambulo, uNkulunkulu uzokhuluma nawe kuzo zonke izimfundiso zalabo abaguqulwa uMsindisi wethu.

More

Lolu hlelo lweBhayibheli lokuqala lwakhiwa futhi lwahlinzekwa yi-YouVersion.