Pho? U-Israyeli akakutholanga lokho abekufuna; kodwa abakhethiweyo bakuthola, labanye baphuphuthekiswa, njengokulotshiweyo ukuthi: UNkulunkulu ubaphile umoya wobuthongo, amehlo ukuze bangaboni, lezindlebe ukuze bangezwa, kuze kube lamuhla. NoDavide uthi: “Itafula labo malibe ngumjibila, nesihibe, nesikhubekiso, nembuyiselo kubo; Amehlo abo mawabe mnyama, ukuze bangaboni, futhi ugobe umhlane wabo njalo. Ngakho ngithi: Bakhubeka ukuze bawe yini? makube njalo, kepha ngesiphambeko sabo insindiso ifikile kwabezizwe, ukubavusela umona. Uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo kwabezizwe; kakhulu kangakanani ukugcwala kwazo?
Funda KwabaseRoma 11
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KwabaseRoma 11:7-12
16 Days
Considered one of the most theologically rich books of the New Testament, Romans is a treatise on the theology of salvation. Beginning with the hopelessness of our sin-filled state, Paul shows how God provides righteousness to His people through Jesus Christ. In Romans, we are reminded that justification does not come from status or moral achievement but from belief in the substitutionary death and glorious resurrection of Jesus Christ.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo