Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Ukulungisiswa: Isifundo KwabaseRoma

16 izinsuku
Ithathwa njengenye yezincwadi ezicebe kakhulu ngokwezenkolo zeTestamente Elisha, eyabaseRoma iyindatshana yemfundiso yenkolo yensindiso. Eqala ngokungabi nathemba kwesimo sethu sokugcwala isono, uPawulu ubonisa indlela uNkulunkulu anikeza ngayo ukulunga kubantu baKhe ngoJesu Kristu. KwabaseRoma, siyakhunjuzwa ukuthi ukulungisiswa akuveli esimweni noma ekuzuzweni kokuziphatha kodwa ekukholweni ekufeni okuthathela indawo nasekuvukeni okukhazimulayo kukaJesu Kristu.
Sithanda ukubonga i-Thomas Road Baptist Church ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: http://www.trbc.org
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Zila ukudla njengo Daniyeli

Uthando Olumangazayo noFrancis Chan

Izincwadi zeThestamente elisha kanye neZenzo

Sukumela Inselelo

U-Tony Evans Ufundisa KumaHeberu

ITestamente eliDala - AbaProfethi Abancane

I-Testamente Elisha ngezinsuku ezingu-90

AmaVangeli

Imifanekiso KaJesu
