1
KwabaseFilipi 1:6
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
ngethembile ngempela yona le nto ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaKristu Jesu
比較
KwabaseFilipi 1:6で検索
2
KwabaseFilipi 1:9-10
Ngikhulekela lokhu ukuba uthando lwenu luvame kakhulu njalo ekwazini nasekuqondeni konke, ukuze nikwazi ukwahlukanisa, nize nibe mhlophe nabangakhubekisiyo kuze kube lusuku lukaKristu
KwabaseFilipi 1:9-10で検索
3
KwabaseFilipi 1:21
Ngokuba kimina ukuphila kunguKristu, ukufa kuyinzuzo.
KwabaseFilipi 1:21で検索
4
KwabaseFilipi 1:3
Ngiyambonga uNkulunkulu wami ekunikhumbuleni kwami konke
KwabaseFilipi 1:3で検索
5
KwabaseFilipi 1:27
Kuphela hambani ngokufanele ivangeli likaKristu, kuze kuthi, noma ngiza nginibona noma ngingekho, ngizwe izindaba zenu zokuthi nimi niqinile emoyeni munye, nangomphefumulo munye nilwela inkolo yevangeli
KwabaseFilipi 1:27で検索
6
KwabaseFilipi 1:20
njengokulangazela nokwethemba kwami ukuthi ayikho into engizakujabhiswa kuyo, kepha ngesibindi sonke, njengasezikhathini zonke namanje, uKristu uyakwenziwa mkhulu emzimbeni wami, nokuba kungokuphila nokuba kungokufa.
KwabaseFilipi 1:20で検索
7
KwabaseFilipi 1:29
Ngokuba ngenxa kaKristu nina nabelwa ngomusa, angisho ukukholwa kuye kuphela kepha nokuhlupheka ngenxa yakhe
KwabaseFilipi 1:29で検索
ホーム
聖書
読書プラン
ビデオ