YouVersionロゴ
聖書読書プランビデオ
アプリを入手
言語選択
検索アイコン

KwabaseKolose 1の有名な聖句

1

KwabaseKolose 1:13

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

owasikhulula emandleni obumnyama nowasibeka embusweni weNdodana yothando lwakhe

比較

KwabaseKolose 1:13で検索

2

KwabaseKolose 1:16

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

ngokuba kwadalelwa kuyo konke okusezulwini nasemhlabeni, okubonwayo nokungenakubonwa, nokuba kuyizihlalo zobukhosi, nokuba kuyimibuso, nokuba kuyizikhulu, nokuba kuyiziphathimandla; konke kwadalwa ngayo, kwadalelwa yona

比較

KwabaseKolose 1:16で検索

3

KwabaseKolose 1:17

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

yona ingaphambi kwakho konke, nezinto zonke zimi ngayo

比較

KwabaseKolose 1:17で検索

4

KwabaseKolose 1:15

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

yona ingumfanekiso kaNkulunkulu ongenakubonwa, izibulo lezidalwa zonke

比較

KwabaseKolose 1:15で検索

5

KwabaseKolose 1:9-10

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ngalokho nathi, kusukela osukwini esezwa ngalo, asiyeki ukunikhulekela nokuninxusela ukuba nigcwaliswe ngokwazi intando yakhe ngokuhlakanipha konke nokuqonda okungomoya, nihambe ngokufanele iNkosi, niyithokozise ngakho konke, nithela izithelo emisebenzini yonke elungileyo, nikhula ekumazini uNkulunkulu

比較

KwabaseKolose 1:9-10で検索

無料の読書プランとKwabaseKolose 1に関係したデボーション

前章
次章
YouVersion

日々、神との親しい交わりを求めるために、あなたを励まし、勇気を与えます。

ミニストリー

概要

キャリア

ボランティア

ブログ

プレス

便利なリンク集

ヘルプ

寄付

聖書の訳

オーディオ聖書

聖書の言語

今日の聖句


デジタルミニストリー

Life.Church
English (US)

©2025 Life.Church / YouVersion

プライバシー規約利用規約
脆弱性の開示
FacebookTwitterInstagramYouTubePinterest

ホーム

聖書

読書プラン

ビデオ