Imifanekiso KaJesuIsampula

The Parables of Jesus

USUKU 25 KWEZINGU- 36

UMPHATHI ONOBUHLAKANI
Lo mzekeliso unezincazelo ezehlukahlukene phakathi kwamazwana, kodwa okusobala ukuthi lo mzekeliso akufanele usetshenziswe njengesifanekiso sokubhanka nokuphatha ama-akhawunti! Kunalokho, kufanele sibone indlela umphathi asebenzisa ngayo ingcebo yezwe ukuze enze abangani futhi athuthukise isimo sakhe, esikhundleni sokuba yisigqila sengcebo ngokwayo. Kufanele sisebenzise ingcebo yasemhlabeni, singasetshenziswa yiyo.

Nokho ukusabela komphathi ngokuxoshwa kwakhe akusuli iqiniso lokuthi uzoxoshwa ngenxa yokungawuphathi kahle umsebenzi wakhe. Kufanele futhi siqiniseke ukuthi sithembekile kuyo yonke imisebenzi esiyinikwayo, emsebenzini, ekhaya, esontweni, ngoba kuyo yonke into simelela uNkulunkulu wethu.

Mayelana naloluHlelo

The Parables of Jesus

Loluhlelo luzokuyisa emifanekisweni kaJesu, lihlole ukuthi ezinye zezimfundiso Zakhe ezinkulu zisho ukuthini kuwe! Izinsuku eziningi ezilandelayo zivumela umfundi ukuthi ahlale enolwazi ngecebo futhi abe nesikhathi sokuzindla nokukhuthazwa uthando namandla kaJesu!

More

We would like to thank Trinity New Life Church for this plan. For more information, please visit: http://www.trinitynewlife.com/