Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 5 KWEZINGU- 21

Akufanele ngabe ukuzila kuyimfihlo? Kungenzeka ukuthi uqale loluhambo nababanye abantu abazila kanye nawe. Ukuzila okuningi eBhayibhelini bekwenziwa amaqoqo abantu bejutshwe abasemandleni ukuthi kuzilwe ndawonye. Cabanga ngokuthi inhliziyo kaJesu ithini kulombhalo. Inhloso yakho kuzozonke izingxoxo zakho kulesisiskhathi ngokuzila bekuyini? Kungukugqugquzela abanye noma ukuthola ukwesekelwa? Ingabe kukhona isifiso esiyimfihlo sokufuna ukubonakala ungcwele noma usemoyeni? Babili kuphela abanempendulo yalowombuzo- uwena noNkulunkulu. Thandaza namhlanje ukuthi uNkulunkulu aveze inhloso yakho yokuzila ucele izindlela zokufuna ukwesekelwa okudingayo ngaphandle kokuba nokuzikhukhumeza enhliziyweni.

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.