Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Ukuzila izinsuku ezi-21

21 izinsuku
Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.
Sithanda ukubonga iLife.Church ngokunikela isakhiwo salokukuzila izinsuku ezingamashumi amabili nanye.
Izinhlelo zohlobo olufanayo

IBhayibheli lonke Ngaphansi Konyaka

Izinsuku ezingu-21 zokuThandazela Abangani

Okomlando

Imifanekiso KaJesu

Incwadi yezincwadi zeBhayibheli

Endaweni Yethu: Iminikelo Yokuzila Kusukela Ngesikhathi Somusa

Isimangaliso Esingapheli | uhlelo lokufunda lukaKhisimusi oluvela ebandleni le-New Life Church

NT Ngokwesikhathi

Limayelana nani iPhasika?
