Ukuthandaza Ngokumangalisayo NgoKhisimusiIsampula

Asikhuleke:
Baba osezulwini, sibonga injabulo enkulu kaKhisimusi.
Ukuza kweNdodana yakho, ngenxa yethu kanye nensindiso yethu, ngempela kuyisizathu senjabulo enkulu—futhi yena ngokwakhe uyinjabulo enkulu kunazo zonke.
Baba, vusa phakathi kwethu kulenkathi ye-Advent injabulo kuKristu eya ngokuya iphakeme futhi ibanzi futhi ijulile ngokwanele ukubekezelela izilingo eziningi nokuhlupheka esibhekana nakho kulesi sikhathi.
Egameni likaJesu siyakhuleka. Ameni.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Indaba kaKhisimusi iyisimangaliso emva kwesinye. Kodwa ngezinye izikhathi izincazelo ziiyajwayeleka ize ilahlekelwe wumthelela. Lemikhuleko yokuzindla emifushane ikusiza ngokuthi uhlale uzinze ezenzakalweni ezingalindelekile nezibalulekile emlandweni: ukuthi uNkulunkulu yena siqu waba ngomunye wethu. Umthandazo ngamunye ubhalwe ngu David Mathis, inhloko yomdidiyeli kwa desiringGod.org ongumfundisi e Cities Church e Saint Paul, Minnesota.
More