KhulekaIsampula

Pray

USUKU 8 KWEZINGU- 24

Namuhla, thandazela labo ababe nesandla ekukhuleni kwakho ngokomoya. Khona-ke, njengoba uPawuli⁵ enza kuFilemoni, thandazela ukugxila kwakho ekuholeni abanye ngokomoya. Noma ngabe ukuphi ekuhambeni kwakho noKristu, kuhlezi kukhona ongafunda kuye nomuntu ongamfundisa. thandazela ukuthi abalahlekile nababuhlungu bamazi uJesu ngendlela iBandla elithanda ngayo.

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church