KhulekaIsampula

Pray

USUKU 7 KWEZINGU- 24

Umthandazo ka-Ezra usikhombisa ukuthi ukwethembeka ngezono zakho kuyindlela enhle yokuqala imithandazo yakho uma wazi ukuthi kukhona okuthile phakathi kwakho noNkulunkulu. Yiziphi izono ozifihla enhliziyweni yakho? Thatha isikhathi sokuhlola umphefumulo. Vuma izono zakho kuNkulunkulu ngomthandazo namuhla.

UmBhalo

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo