KhulekaIsampula

Pray

USUKU 17 KWEZINGU- 24

Ukube bekungengenxa yomthandazo omkhulu kaJabezi, igama lakhe beliyohlala likhohliwe njengawo wonke amanye amagama ohlwini. Ngithembe ngokuningi! Khulisa ithonya lami! Nweba ingcebo yami! Thandaza eminye imithandazo elingana nekaJabezi namuhla. Cacisa futhi uthandaze kakhulu!

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo