KhulekaIsampula

Ukwazi intando kaNkulunkulu akulula ngezinye izikhathi njengokuyenza. Funa intando kaNkulunkulu ngomthandazo namuhla. Khona-ke, tshela uNkulunkulu ukuthi uzokwenza intando yaKhe phezu kweyakho. Umthandazo oyingozi! Qiniseka ukuthi ukuqondile.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church