Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

KwabaseRoma 15:27 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseRoma 15:27 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kwaba kuhle, ngokuba nembala banecala kubo; ngokuba uma abezizwe behlanganyela nabo ezintweni zabo zokomoya, banecala futhi lokubakhonza ngezokwenyama.

KwabaseRoma 15:27 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Lokho kwabajabulisa; phela kwakudingekile ngempela ukuba benze kanjalo. Ngokuba uma abezizwe behlanganyela nabo ezintweni zabo zokomoya, nabo kufanele ukuba babakhonze ngezinto eziphathekayo.

KwabaseRoma 15:27 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kubathokozisile impela; futhi banecala kubo. Ngokuba uma abezizwe behlanganyela nabo ezintweni zabo zokomoya, kungumsebenzi wabo nokubakhonza ezintweni zenyama.

KwabaseRoma 15:27 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kubathokozisile impela; futhi banecala kubo. Ngokuba uma abezizwe behlanganyela nabo ezintweni zabo zokomoya, kungumsebenzi wabo nokubakhonza ezintweni zenyama.