Mathewu 7:9-11

Mathewu 7:9-11 CZB24

Noma ngumuphi umuntu kini ongathi, uma indodana yakhe icela isinkwa, ayinike itshe na? Noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye na?

Funda Mathewu 7

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 7:9-11