Ngakho uJesu ekwazi konke okuzakwehlela waphuma, wathi kubo: Lidinga bani? Bamphendula bathi: UJesu waseNazaretha. UJesu wathi kubo: Mina nginguye. NoJudasi owamkhaphelayo wayemi nabo. Khona esho kubo ukuthi: “Nginguye,” bahlehla nyovane, bawa phansi.
Funda Johane 18
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Johane 18:4-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo