UJehoshafati inkosi yakwaJuda wabuyela ngokuthula endlini yakhe eJerusalema. UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma ukumhlangabeza, wathi enkosini uJehoshafati: “Kumelwe usize ababi, uthande labo abazonda uJehova na?” ngalokho intukuthelo yehlela phezu kwakho ivela ebusweni bukaJehova. Kodwa okuhle kwatholakala kuwe ngoba wasusa izihlahla elizweni, walungisa inhliziyo yakho ukuthi ifune uNkulunkulu.
Funda 2 IziKronike 19
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 2 IziKronike 19:1-3
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo